Posts

Showing posts from August, 2017
Image
OKUNGAPHELI KUYAHLOLA Emva kokulalela izinhlobo-nhlobo zezingoma ezikhiqizwa mhlaba jikelele eziyintando yeningi kanye nokuqaphela kwezemfeshini kuvele kwacaca ngempela ukuthi into nento inesikhathi sayo. Ngempela okungapheli kuyahlola nakho-ke, ubani owayekade azi ukuthi umakhalekhikhini owawubiza futhi udume kakhulu ngokwezobuchwepheshe usetshenziswa yiziqumama zosomabhizinisi obizwa ngokuthi i-Blackberry uyobe usudlalwa yizingane ezineminyaka eyishumi nantathu. Mengibheka emumva kuba sengathi yiphupho mengibukela umabonakude kwisikhathi samanje njengoba kwake kwaba khona isikhangiso esasikade singishaya umxhwele, wawungithola ngisilingisela uma sikhangiswa ngicule naso kodwa sekwa phela konke lokho. Ingabe kungifundisani konke lokhu? Lokhu kungifundisa ukuthi thina bantu sihehwa yizinto isikhashane nje emva kwalokho ziyaphupha emehlweni wethu, izinkundla ezihlukene zezikhangiso uma zikhangisa zenza isiqiniseko sokuthi zibhala amagama ahehayo zenzele ukuthi uz...
Image
THE BEST SPORTS PICTURES YOU WOULD LOVE TO SEE.  A LOCAL SOCCER TEAM IN KATHORUS ''CHELSEA'' BEFORE KNOCK OFF  SOFTBALL FRIENDLY MATCH, AWAKENING THE SPORT MAMELODI SUNDOWNS GATHER AND BATTLE ON THE PITCH
Image
πŸ‘πŸ‘πŸ‘πŸ‘ πŸ˜›πŸ˜›πŸ˜›RATED ✩✩✭✭✭  7.2/10 30,013 A REVIEW OF A MOVIE RELATED TO JOURNALISM MOVIE REVIEW: The well received movie is about a young passionate journalist aged 24, ‘‘Stephen Glass’’. He received a life time opportunity of working for a popular American magazine called The New Republic few years after completing school at Highland Park High. The young and enthusiastic ‘Stephen Glass’ was everyone’s favourite around the office as he pitched ideas endlessly, being on ‘‘Michael Kelly’s’’ [his editor] good books. A nail-biting moment starts right after ‘‘Chuck Lane’’ takes over as the new editor, when he together with another publication realise that ‘Stephen Glass’ had fabricated and invented his stories. He intended to make it as a journalist but ended up losing his job as he reported fiction as facts. The movie is very interesting and has good actors. Its content is refining to young upcoming journalists. It taught me to report and write authentic infor...